Amanzi

From Wikipedia
Amanzi

Amanzi iyinto ebalulekile emhlabeni. Asikho nesodwa isilwane esinga phila ngaphandle kwayo. lapho kukhona amamnzi, kukhona imvelo. Lapho kukhona imvelo kukhona izilwane. Amanzi awadingakali ukuwaphuza kuphela, izinhlanzi ziyawadinga amanzi ngoba ziphilela emzanini. Ngoba uma kuthiwa amani angekho, lezozinhlanzi zingafa, zilandulelwa izilwane ezidla izinhlanzi, kuqhubeke kanjalo kuze kufe nabantu imbala. Umhlaba wethu inamanzi engango 70%, kodwa amanzi aphuzekayo anagako 2.5%. kodwa nalapho amanzi atholakalayo angango 1%.